Creative Commons License Deed

Noncommercial-Share Alike 1.0 Generic

This license is retired. Do not use for new works.

Ukhululekile:

  • Ukudidiyela kabusha -- ukwenza umsebenzi uvumelane nesimo

Ngaphansi kwale mibandela elandelayo:

  • Awunakusetshenziselwa ezentengiselwano. Lo msebenzi ngeke uwusebenzisele izinjongo zezentengiselwano.

  • Zihlanganyeleni. Uma ushintsha, uguqula noma wakhela kulo msebenzi, unganikeza abanye umsebenzi ozophuma lapho kuphela ngaphansi kwelayisensi efana nale noma ecishe ifane nayo.

  • Uma uphinda uwusebenzisa noma uwusabalalisa, kumelwe wenze kucace kwabanye imibandela yelayisensi yalo msebenzi. Indlela engcono kakhulu yokwenza lokhu ukukwenza ngomgudu oholela kuleli khasi lewebhu.
  • Noma imiphi yale mibandela engenhla ingashintshwa uma uthole imvume kumnikazi welungelo lobunikazi.
  • Nothing in this license impairs or restricts the author's moral rights.
Umshwana Wokuzikhipha Emthwalweni
Umshwana Wokuzikhipha Emthwalweni

IMvume ye-Commons ayiyona ilayisensi. Imane nje iyinto ewusizo ongabheka kuyo ukuze uqonde iKhodi Yomthetho (ilayisensi ephelele) — iwuhlelo olungafundwa umuntu lwamanye amagama ayo ayinhloko. Cabanga ngayo njengohlelo olunobungane kolusebenzisayo oluneKhodi Yomthetho ngaphansi. Le Mvume ngokwayo ayibalulekile ngokomthetho, futhi ekuqukethe akuvele kulayisensi yangempela.

ICreative Commons ayiyona ifemu yomthetho futhi ayinikeze izinsizakalo zomthetho. Ukusabalalisa, noma ukubonisa noma ukuxhuma kule Mvume ye-Commons akwakhi ubudlelwano bommeli nekhasimende lakhe.

Ukusebenza kwakho ngokufanele namanye amalungelo akuthintwa nakancane okungenhla.

Loku ukufingqwa okungafundwa umuntu kweKhodi Yomthetho (ilayisensi ephelele).