Creative Commons License Deed
NonCommercial Sampling Plus 1.0
Ukhululekile:
- Ukwenza isampula, ukuhlanganisa, noma ngale kwalokho ukuguqula lo msebenzi ngezinjongo ezingezona ezentengiselwano.
- Ukuze udlale, ubonise, noma usabalalise amakhophi awo wonke lo msebenzi ngezinjongo ezingezona ezentengiselwano (isib., ukuhlanganyela amafayela noma ukuwafaka kuwebhu hhayi ngenjongo yezentengiselwano).
Ngaphansi kwale mibandela elandelayo:
- Kumelwe uqaphele lo msebenzi ngendlela eshiwo umsunguli wawo noma umnikezi welayisensi (kodwa hhayi nganoma iyiphi indlela esikisela ukuthi bayakuvumela wena noma ukusebenzisa kwakho umsebenzi).
- Ngeke uwusebenzise lo msebenzi ukuze ukhangise noma udayise noma yini ngaphandle komsebenzi owakhele kuwo.
- Uma uphinda uwusebenzisa noma uwusabalalisa, kumelwe wenze kucace kwabanye imibandela yelayisensi yalo msebenzi. Indlela engcono kakhulu yokwenza lokhu ukukwenza ngomgudu oholela kuleli khasi lewebhu.
- In no way are any of the following rights affected by
the above:
- Your fair use rights.
-
Rights other persons may have either in the work
itself or in how the work is used, such as publicity
or privacy rights.