Creative Commons License Deed
Sampling Plus 1.0
Ukhululekile:
Ukwenza isampula, ukuhlanganisa, noma ngale kwalokho ukuguqula lo msebenzi ngezinjongo ezingezona ezentengiselwano nokungezentengiselwano.
Ukuze udlale, ubonise, noma usabalalise amakhophi awo wonke lo msebenzi ngezinjongo ezingezona ezentengiselwano (isib., ukuhlanganyela amafayela noma ukuwafaka kuwebhu hhayi ngenjongo yezentengiselwano).
Ngaphansi kwale mibandela elandelayo:
- Kumelwe uqaphele lo msebenzi ngendlela eshiwo umsunguli wawo noma umnikezi welayisensi (kodwa hhayi nganoma iyiphi indlela esikisela ukuthi bayakuvumela wena noma ukusebenzisa kwakho umsebenzi).
- Ngeke uwusebenzise lo msebenzi ukuze ukhangise noma udayise noma yini ngaphandle komsebenzi owakhele kuwo.
Uma uphinda uwusebenzisa noma uwusabalalisa, kumelwe wenze kucace kwabanye imibandela yelayisensi yalo msebenzi. Indlela engcono kakhulu yokwenza lokhu ukukwenza ngomgudu oholela kuleli khasi lewebhu.