Creative Commons License Deed

Sampling 1.0

This license is retired. Do not use for new works.

Ukhululekile:

  • Ukwenza isampula, ukuhlanganisa, noma ngale kwalokho ukuguqula lo msebenzi ngezinjongo ezingezona ezentengiselwano nokungezentengiselwano.

Ngaphansi kwale mibandela elandelayo:

  • Kumelwe uqaphele lo msebenzi ngendlela eshiwo umsunguli wawo noma umnikezi welayisensi (kodwa hhayi nganoma iyiphi indlela esikisela ukuthi bayakuvumela wena noma ukusebenzisa kwakho umsebenzi).
  • Ngeke uwusebenzise lo msebenzi ukuze ukhangise noma udayise noma yini ngaphandle komsebenzi owakhele kuwo.
  • Noma yikuphi ukusetshenziswa futhi, kumelwe uyenze kucace kwabanye imibandela yelayisensi yalo msebenzi.
  • Ngeke udlale, ubukise noma usabalalise amakhophi awo wonke lo msebenzi nganoma iyiphi injongo.
Umshwana Wokuzikhipha Emthwalweni
Umshwana Wokuzikhipha Emthwalweni

IMvume ye-Commons ayiyona ilayisensi. Imane nje iyinto ewusizo ongabheka kuyo ukuze uqonde iKhodi Yomthetho (ilayisensi ephelele) — iwuhlelo olungafundwa umuntu lwamanye amagama ayo ayinhloko. Cabanga ngayo njengohlelo olunobungane kolusebenzisayo oluneKhodi Yomthetho ngaphansi. Le Mvume ngokwayo ayibalulekile ngokomthetho, futhi ekuqukethe akuvele kulayisensi yangempela.

ICreative Commons ayiyona ifemu yomthetho futhi ayinikeze izinsizakalo zomthetho. Ukusabalalisa, noma ukubonisa noma ukuxhuma kule Mvume ye-Commons akwakhi ubudlelwano bommeli nekhasimende lakhe.

Ukusebenza kwakho ngokufanele namanye amalungelo akuthintwa nakancane okungenhla.

Loku ukufingqwa okungafundwa umuntu kweKhodi Yomthetho (ilayisensi ephelele).